Konakelephi Bantabethu? Dr. Jabulani C. Buthelezi

Leli bhuku lomdlalo wesiteji ngilethula ngenkulu Inhlonipho, uthando nokubonga Kumama ongizalayo, U Toto Kate MaMwelase Buthelezi

R210.00

214 in stock

Categories: , , , Tags: , ,

Book Details

Pages

207 Pages

Cover Design

Nolwazi S’thokoziso Buthelezi

Publisher

Kalahari Productions and Booksellers

Language

isiZulu

ISBN

1-920113-02-9

Released

2006

About The Author

Dr Jabulani C. Buthelezi

La sinezingxaki zentsha, ikakhulu lena ekhuliswa ngogogo. Ulwazi, umlando nenqubo yoluntu ichilizelwa eceleni yintsha ebona ukuthi yona yazi kangcono, ifunde kangcono futhi ihlakaniphile kunabantu abadala. Le ndlela yokwenza izinto ibabela ubulelesi nobuhlongandlebe ezinganeni UMzondeki Zulu nomfowabo zingane zentombazane ezihlala nogogo eMadadeni. AbakwaZulu sebevumelene njengomndeni okholwayo ngokuthi izingane ezingabazi oyise mazigcine ngoMzo-ndeki nabakwabo. Nangoke uMzondeki ekhulelisa uSunshine kanti usezoboshwa ngecala lokubulala uShayinduku. Bawotha ubomvu abakwaZulu Bonke ngazwilinye bathi uMzondeki makamshade uSunshine.

Dr Jabulani C. Buthelezi

A Distinguished Member of the International Society of Poets (USA).